Search..

Goto News
Akasekho emhlabeni uSphuzo sabantwana

Ezibuhlungu azipheli. Isiphinde yafukanyelwa ifu elimnyama indima yomculo kaMaskandi. Sisanda kukubikela ukuthi le nsizwa igulela ukuhamba emhlabeni, sekuvele kwayehlula.


READ: Sekuyaziwa okubulale inkosi yamabhenanyawo


Ibisanda kwakhelwa indlu kanokusho iqeda nokungena kuyona kodwa ayisahlalanga. Lo mbiko uzwakale ngoSakhile Brian Cele ongumngani omkhulu wale nsizwa.


Le nsizwa yakwaNdosi ibhale kwiwall yayo kufacebook ukuthi My friend is no more, RIP mfwethu. Besingakezwakali isizathu sokushona kwakhe. Aphumule ngokuthula uSphuzo sabantwana siyohlala simkhumbula.